Imifanekiso Summer Cruise 2021

Events

IMIFANEKISO SUMMER CRUISE is taking place tomorrow and kuzobe kumnandi. Sizobe sikuphathele nabo Dj bodumo abazokushiya ulangazelela more fun and party, Ngibala DJ Bongz, Ndloh Juniour, u Attached, Dj Mpilo , Dj Smokzin, Dj L’ness, Ma Eno and many more.

Unyaka u2021 ubushubile sińce sibhekene neCovid nama challenges ayo, so ngaleyo ndlela we need to come together and celebrate ukuthi sisaphila and nanalonyaka sisawubona. Ama Camera ethu ayaviva, phela sizobe sine red carpet, uma ungena uzodlula ngesithombe, ama Cocktails nawo azobe ekhona. Cabanga isithombe on a red carpet ugqoke umswenko wakho ocoshanyo wakwanokusho, I really can’t wait for that moment…

We’ve partnered with Madevu SA, okuyinkampani ehamba phambili neseqophelweni eliphezulu kwezama boat cruise, lapho baneskebhe esiseyntweni iLuxury Yacht yangempela esike yavela on TV and yasentshenziswa abaculi abadumile uma beshaya ama music videos kanti inane Bar on Board. oDj bazobe banendayo abazodj kuyo on deck so you will be cruising and dancing. Ngaleyo ndlela ungazincishi inice time cause vele ziyi summer time, uma ungezanga we will make sure we serve you with enough content to catch up ukuthi beykhiphani emkhunjini nakwi after party ye SUMMER CRUISE….

Sizobe sidansa eCafe Cuba kanti futhi ibona abazobe bekushaya ngama cocktails amnandi ukuze uzizwe usekhaya futhi ungene emoodin yokushaywa umoya omnandi wolwandle. I-Cafe Cuba enye yezindawo zokuzikhipha nokuncebeleka ezi top lapha eharbour kant benjalo nje baneshisa nyama emnandi neziphuzo zabo zibiza kahle. Sikhethe lendawo ngoba iyona ehanjelwa kakhulu osaziwayo nomtakabani uma beza eharbour futhi ikwistandard esphezulu. Uma ungakaze uze Harbour ngizokukhuthaza ukuthi uba checkeh one day….

Okay, zonke izinhlelo zime ngomumo and selidumela emansumpeni liyothi lishona elakusasa zibe zikhala. Izithombe ze event sizozisabalalisa ngayo i website yethu le ( imifanekiso.com ), Facebook, our whatsapp status, and instagram. Siyabonga kakhulu nge support no thando nje esilutholile kuwe. Sesiyobonana sesiyixoxa ngeyithombe.

IMIFANEKISO

Leave a Reply

Please log in using one of these methods to post your comment:

WordPress.com Logo

You are commenting using your WordPress.com account. Log Out /  Change )

Google photo

You are commenting using your Google account. Log Out /  Change )

Twitter picture

You are commenting using your Twitter account. Log Out /  Change )

Facebook photo

You are commenting using your Facebook account. Log Out /  Change )

Connecting to %s